Original Articles

A sociolinguistic analysis of South African Telugu surnames

DOI: 10.1080/10118063.1999.9724531
Author(s): Varijakshi PrabhakaranInterim Centre for Languages, South Africa,
Keywords: ,

Abstract

Nakuba ukwehlukana ngezikhundla kubambe iqhaqa elibalulekile ezimpileni zabakhulumi bolimi IwesiTelugu (kanye namanye amaNdiya) kwelaseNdiya nasekuqambeni izibongo zabo (amagama emindeni namagama emizi), ayisalibambi iqhaza elibonakalayo eMzansi Afrika. Leli pheshana libekelwe ukuveza ukwehlukahlukana kwezikhundla emphakathini) okuqondeni nohlelo lokwekhuka kwezikhundla emaNdiyeni) kuwubufakazi ezibongweni zamaTelugu ezitholakala eNingizimu Afrika. Ingxenye yokuqala yaleli phepha ibheka kakhulu izinga lokuhamba komphakathi okwaba yimbangela yokushintsha Afrika. Ingxenye yesibili yale sifundo encanyana iveze izinhlobo ezintathu zezibongo kanje, (a) Amagama aphathelene nobukhosi, (b) Amagama abantu kanye, (c) namagama ngokwezikhundla, izihloko zezikhundla, kanye nezikhundla ngokwemikhakha ekhonjisiwe ezibongweni zomphakathi.

Get new issue alerts for South African Journal of Linguistics